Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 3:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 UDavide esezwile ngasemuva wathi: “Mina nombuso wami asinacala kuze kube phakade phambi kukaJehova ngegazi lika-Abineri indodana kaNeri.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Esekuzwa lokho ngasemuva uDavide wathi: “Mina nombuso wami asinacala phambi kukaJehova kuze kube phakade ngegazi lika-Abineri indodana kaNeri;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

28 Kwathi kamuva uDavide wakuzwa lokho, wathi: “Mina nombuso wami asinacala kuSimakade kuze kube phakade ngegazi lika-Abhineri, indodana kaNeri.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 3:28
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wathi: “Wenzeni na? izwi legazi lomfowenu limemeza kimi lisemhlabathini.


Ochitha igazi lomuntu, igazi lakhe liyakuchithwa ngumuntu, ngokuba umuntu wamenza umuntu ngomfanekiso kaNkulunkulu.


UDavida wasesithi kuye: Igazi lakho liphezu kwekhanda lakho; ngoba umlomo wakho ufakazile ngawe, wathi: Mina ngibulele ogcotshiweyo weNkosi.


UJehova wabuyisela lonke igazi lendlu kaSawule owabusa esikhundleni sakhe phezu kwakho; uJehova wanikela umbuso esandleni sika-Abisalomu indodana yakho;


U-Abineri esebuyele eHebroni, uJowabe wamthathela eceleni esangweni ukuba akhulume naye ngasese, wamgwaza lapho esiswini, wafa ngenxa yegazi lika-Asaheli umfowabo.


malibe phezu kwekhanda likaJowabe naphezu kwayo yonke indlu kayise; futhi makungabikho muntu ophuma endlini kaJowabe ocucuzayo noma onochoko noma oncike ngodondolo noma owela enkembeni noma oswela isinkwa.


Oshaya umuntu aze afe, wobulawa nokubulawa.


Ngakho-ke aniyikungcolisa izwe enikulo, ngokuba igazi liyangcolisa izwe; nezwe alinakuhlanjululwa egazini elichithwa kulo, kuphela ngegazi lalowo olichithile.


Kwathi uPilatu ebona ukuthi kakusizi lutho, kodwa ukuthi isiyaluyalu sisuka kakhulu, wathatha amanzi, wageza izandla phambi kwexuku, wathi: Anginacala egazini lalumuntu olungileyo; ziboneleni lina.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka