2 Samuweli 24:3 - Contemporary Zulu Bible 20243 UJowabe wayesethi enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho uyakwenezela abantu ngokuphindwe kayikhulu, noma ngabe baningi kangakanani, namehlo enkosi yami, inkosi, akubone; kodwa inkosi yami, inkosi, ithokozelani lendaba? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 Wayesethi uJowabe enkosini: “UJehova uNkulunkulu wakho makenezele kubantu kuphindwe kayikhulu phezu kwalokhu abayikho, kubonwe ngamehlo enkosi yami, inkosi; kepha inkosi yami, inkosi, yenamelelani le nto na?” Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20203 UJowabe wathi enkosini: “USimakade uNkulunkulu wakho angenezela kubantu kuphindwe kayikhulu phezu kwalokhu abayikho, ikubone lokho ngamehlo inkosi yami, inkosi, isakwazi ukubona. Kodwa kungani inkosi yami, inkosi ifuna ukwenza lokhu na?” Uka jalj uñjjattʼäta |