Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 19:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Nina ningabafowethu, ningamathambo ami nenyama yami; pho kungani nibe ngabokugcina ukubuyisela inkosi?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Ningabafowethu, niyithambo lami nenyama yami; ngalokho kungani ukuba nibe ngabokugcina ukuyibuyisa inkosi na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

12 Ningabafowethu nina, ithambo nenyama yami, pho-ke kungani ukuba nibe ngabokugcina ukubuyisa inkosi na?’

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 19:12
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayesethi u-Adamu: “Lo useyithambo lamathambo ami nenyama yenyama yami; uyakubizwa ngokuthi iNdodakazi, ngokuba uthathwe endodeni.”


ULabani wathi kuye: “Ngempela, uyithambo lami nenyama yami.” Wahlala naye inyanga yonke.


Bheka, bonke abantu bakwa-Israyeli beza enkosini, bathi enkosini: “Abafowethu, abantu bakwaJuda, bakwebeleni, bawelisa inkosi nendlu yayo yonke iJordani kanye nawo wonke amadoda kaDavide na?


Bonke abantu bakwaJuda baphendula abantu bakwa-Israyeli, bathi: “Ngokuba inkosi iseduze nathi; pho kungani uthukuthele ngale ndaba? sadla ngezindleko zenkosi na? noma usinike isipho na?


Zonke izizwe zakwa-Israyeli zafika kuDavide eHebroni, zakhuluma zathi: “Bheka, siyithambo lakho nenyama yakho.


uSadoki, indodana ka-Ahithubi, no-Ahimeleki, indodana ka-Abiyathara, babengabapristi; uSeraya wayengumlobi;


uma mhlawumbe ngingabavusela umona abenyama yami, ngisindise abanye kubo.


Ngokuba singamalungu omzimba wakhe, awenyama yakhe, singamathambo akhe.


Ngakho khulumani ezindlebeni zabo bonke abantu beShekema ukuthi: Yikuphi okungcono kini, ukuthi wonke amadodana kaJerubhali, angamashumi ayisithupha, anibuse, noma yilowo abuse phezu kwenu, na? futhi khumbulani ukuthi mina ngiyithambo lenu nenyama yenu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka