Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 19:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 Inkosi uDavide yasithumela kuSadoki nakubapristi u-Abiyathara ukuthi: “Khulumani kumalunga akwaJuda nithi: ‘Kungani nibe ngabokugcina ukubuyisela inkosi endlini yayo? lapho ebona izwi lika-Israyeli wonke, weza enkosini endlini yayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Inkosi uDavide yathumela kuSadoki naku-Abiyathara abapristi, yathi: “Khulumani kumalunga akwaJuda, nithi: ‘Kungani ukuba nibe ngabokugcina ukubuyisela inkosi endlini yayo, lokhu kufinyelele enkosini nasendlini yayo konke ukukhuluma kuka-Israyeli, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

11 Inkosi uDavide yathumela kuZadoki no-Abhiyathara, abaphristi, yathi: “Khulumani kumalunga akwaJuda, nithi: ‘Kungani ukuba nibe ngabokugcina ukubuyisela inkosi esigodlweni sayo, lokhu konke okushiwo ngu-Israyeli sekufinyelele enkosini nasendlini yayo na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 19:11
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalokho oSadoki no-Abiyathara bawubuyisela umphongolo kaNkulunkulu eJerusalema, bahlala khona.


UJowabe wasesithi: Kangiyikuhlala lawe kanje. Wathatha imicibisholo emithathu esandleni sakhe, wayigwaza enhliziyweni ka-Abisalomu esaphila esihlahleni sokhuni.


Izinsizwa eziyishumi ezazimbethe izikhali zikaJowabe zamzungeza, zamshaya u-Abisalomu, zambulala.


U-Abisalomu owasigcoba phezu kwethu wafela empini. Pho, kungani ungakhulumi izwi ukubuyisela inkosi?


Bheka, bonke abantu bakwa-Israyeli beza enkosini, bathi enkosini: “Abafowethu, abantu bakwaJuda, bakwebeleni, bawelisa inkosi nendlu yayo yonke iJordani kanye nawo wonke amadoda kaDavide na?


Inkosi yasibeka uBenaya indodana kaJehoyada ekamelweni lakhe phezu kwempi; uSadoki umpristi wamisa inkosi ekamelweni lika-Abiyathara.


Kanjalo makukhanye ukukhanya kwenu phambi kwabantu, ukuze babone imisebenzi yenu emihle, badumise uYihlo osezulwini.


Ngakho singamanxusa kaKristu ngokungathi uNkulunkulu unxusa ngathi;


Kungeyisikho ukuthi silamandla, kodwa ukuze sibe yisibonelo kini, ukuze lisilandele.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka