Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 16:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Inkosi yasisithi: Ngilani lani, madodana kaZeruya? makaqalekise, ngokuba uJehova wathi kuye: “Thuka uDavide; Ubani-ke ozothi: Kungani wenze lokhu?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Yathi inkosi: “Nginamsebenzi muni nani madodana kaSeruya. Njengokuba ethuka, lokhu uJehova eshilo futhi kuye ukuthi: ‘Thuka uDavide,’ ngubani ongasho ukuthi: ‘Ukwenzeleni lokho na?’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

10 Yathi inkosi: “Ngihlangene ngani mina nani, madodana kaZeruya? Uma engithuka, ngoba kusho uSimakade kuye wathi: ‘Thuka uDavide,’ ngubani ongathi: ‘Ukwenzeleni lokho na?’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 16:10
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha nina, nangicambela okubi; kepha uNkulunkulu wakuceba kwaba kuhle ukuba kwenziwe, njenganamuhla, ukugcina abantu abaningi bephila.


UDavide wathi: “Nginamsebenzi muni nani madodana kaSeruya ukuba nibe yizitha zami namuhla na? ingabe ukhona ozobulawa kwa-Israyeli namuhla? Angazi yini ukuthi ngiyinkosi phezu kuka-Israyeli namuhla na?


Ngakho inkosi yathi kuSimeyi: Kawuyikufa. Inkosi yasifunga kuye.


Futhi ngibuthakathaka namuhla, noma ngagcotshwa njengenkosi; lawa madoda, amadodana kaSeruya, alukhuni kimi; uJehova uyakubuyisela umenzi wobubi njengobubi bakhe.


Wathi ku-Eliya: “Nginamsebenzi muni nawe muntu kaNkulunkulu na? uyeza kimi ukuze ukhumbule isono sami futhi ubulale indodana yami?


Futhi nawe uyakwazi lokho uJowabe indodana kaSeruya akwenza kimi, nalokho akwenza ezinduneni ezimbili zempi yakwa-Israyeli, ku-Abineri indodana kaNeri, naku-Amasa indodana kaJetheri, owabaholayo. Wayehlabile negazi lempi ngokuthula, wafaka igazi lempi ebhandeni lakhe elalisezinkalweni zakhe nasezicathulweni zakhe ezazisezinyaweni zakhe.


Manje mina ngaphandle kukaJehova ngimilé ukulwa nale ndawo ukuba ngiyichithe na? UJehova wathi kimi: ‘Khuphukela leli zwe, ulichithe.


Bheka, ethatha, ngubani ongamvimbela na? ngubani ozakuthi kuye: Wenzani?


Ngangiyisimungulu, angivulanga umlomo wami; ngoba ukwenzile.


Lapho kukhona izwi lenkosi, kunamandla; ngubani ongathi kuye: Wenzani?


Ngubani othi, kwenzeke, uma iNkosi ingakuyali na?


Futhi bonke abakhileyo emhlabeni babhekwa njengento engelutho; futhi wenza njengentando yakhe ebandleni lasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akakho ongabamba isandla sakhe, athi kuye: ‘Wenzani na?’


Kodwa yena waphenduka wathi kuPetro: Suka emva kwami, Sathane;


Bheka, bamemeza bathi: “Sinamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu na? Uze lapha ukusihlupha singakafiki isikhathi?


Khona uJesu wathi kuPetru: “Faka inkemba yakho esikhwameni;


Kodwa wena muntu, ungubani wena ophendula ngoNkulunkulu? Okubunjiweyo kungasho yini kowakubumbayo ukuthi: ‘Ungenzeleni kanjalo na?


owathi ethukwa, akaphindanga athuke; lapho ehlupheka, akasongelanga; kodwa wayezinikele kuye owahlulela ngokulunga.


Manje inkosi yami, inkosi, mayizwe amazwi enceku yayo. Uma uJehova ekuvusile ngokumelene nami, makamukele umhlatshelo; kepha uma bengamadodana abantu, baqalekisiwe phambi kukaJehova; ngoba bangixotshile lamuhla ukuthi ngingahlali efeni le Nkosi, besithi: Hamba ukhonze abanye onkulunkulu.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka