Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




2 Samuweli 15:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Inkosi yasiphuma lendlu yayo yonke ilandela. Inkosi yashiya abafazi abayishumi, izancinza ukuba zilinde indlu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Yayisiphuma inkosi, bonke abendlu bayo beyilandela. Inkosi yashiya abesifazane abayishumi abayizancinza ukuba balinde indlu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

16 Yayisiphuma inkosi, bonke abendlu bayo beyilandela. Inkosi yashiya abesifazane abayizancinza abalishumi ukuba banakekele isigodlo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




2 Samuweli 15:16
12 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Usho kanje uJehova, uthi: “Bheka, ngiyakukuvusela okubi okuvela endlini yakho, ngithathe omkekho phambi kwamehlo akho, ngibanike umakhelwane wakho, alale nawomkekho phambi kwamehlo aleli langa.


Indoda ecebile yayinezimvu nezinkomo eziningi.


Izinceku zenkosi zathi enkosini: “Bheka, izinceku zakho zilungele ukwenza noma yini inkosi yami, inkosi, eyakunquma ngayo.


Inkosi yasiphuma labo bonke abantu ababeyilandela, bahlala endaweni eyayikhatshana.


U-Abisalomu owasigcoba phezu kwethu wafela empini. Pho, kungani ungakhulumi izwi ukubuyisela inkosi?


UDavide wafika endlini yakhe eJerusalema; inkosi yathatha abesifazane abayishumi ezancinza zayo eyayibashiyile ukuba balinde indlu, yabafaka esitokisini, yabagcina, kepha ayingenanga nabo. Ngemva kwalokho baboshwa kwaze kwaba usuku lokufa kwabo, kuyilapho bona bengabafelokazi.


Ihubo likaDavide, lapho ebalekela u-Abisalomu indodana yakhe. Jehova, yeka ukuthi baningi abangihluphayo; baningi abangivukelayo.


Ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa ibentsha ingqondo yenu, ukuze nibe nokuhlolisisa okuyintando kaNkulunkulu enhle, neyamukelekayo, nepheleleyo.


UBharaki wabiza oZebuloni noNafetali eKedeshi; wakhuphuka namadoda ayizinkulungwane eziyishumi ezinyaweni zakhe, noDebora wakhuphuka naye.


Manje-ke, lesi sibusiso inceku yakho esilethe enkosini yami, masinikwe nezinsizwa ezilandela inkosi yami.


U-Abigayili washesha wasuka, wagibela imbongolo, amantombazane akhe ayisihlanu amlandela; wazilandela izithunywa zikaDavide, waba ngumkakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka