2 Samuweli 10:18 - Contemporary Zulu Bible 202418 Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wabulala noSobagi induna yempi, wafela khona. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 Ama-Aramu abaleka phambi kuka-Israyeli; uDavide wabulala kuma-Aramu izinqola ezingamakhulu ayisikhombisa nabamahhashi abayizinkulungwane ezingamashumi amane, wamshaya uShobaki induna yempi yabo, wafela khona lapho. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202018 Ama-Aramu abaleka phambi kukaDavide, wabulala ama-Aramu angama-700 ayegibele izinqola zempi, nabamahhashi abayizi-40 000. UShobhakhi, umkhuzi wempi yawo, bamshaya, wafela khona lapho. Uka jalj uñjjattʼäta |