2 Samuweli 10:17 - Contemporary Zulu Bible 202417 Lapho uDavide etshelwa, wabutha wonke u-Israyeli wawela iJordani wafika eHelamu. Ama-Aramu azihlela ukuhlangabezana noDavide, alwa naye. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE17 UDavide watshelwa, wabutha wonke u-Israyeli, wawela iJordani, wafika eHelamu. Ama-Aramu azihlela ukuhlangabezana noDavide, alwa naye. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202017 Kwathi uDavide angabikelwa ngalokho, wayeseqoqa wonke u-Israyeli, wawela iJordani, waya eHelamu. Ama-Aramu athumela impi ukuze abhekane noDavide, alwe naye. Uka jalj uñjjattʼäta |