1 Samuweli 6:14 - Contemporary Zulu Bible 202414 Inqola yafika ensimini kaJoshuwa waseBeti Shemi, yema khona lapho kwakukhona itshe elikhulu; bacanda izinkuni zenqola, banikela ngezinkomo zaba ngumnikelo wokushiswa kuJehova. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Inqola yangena ensimini kaJoshuwa waseBeti Shemeshi, yema khona, lapho kwakukhona itshe elikhulu; babanda inqola yaba yizinkuni, banikela ngezinkomo zaba ngumnikelo wokushiswa kuJehova. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202014 Inqola yeza ensimini kaJoshuwa waseBhethi Shemeshi, yafike yema lapho. Kwakukhona itshe elikhulu lapho, base beqhekeza izinkuni zenqola benza ngezinkomazi umnikelo wokushiswa kuSimakade. Uka jalj uñjjattʼäta |