Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 20:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Bheka, ngithuma umfana othi: ‘Hamba ufune imicibisholo. Uma ngiqinisile ngithi kumfana: Bheka, imicibisholo ingaphesheya kwakho, yithathe; bese uyafika, ngokuba kukhona ukuthula kuwe akukho bubi; ngeqiniso kuphila kukaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Bheka, ngiyakuthuma umfana ngokuthi: ‘Hamba ufune imicibisholo.’ Uma ngithi kumfana: ‘Bheka, imicibisholo inganeno kwakho, yithathe,’ woza wena, ngokuba ungaba nokuthula, akukho lutho, kuphila kukaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Uyabona, ngiyothumela umfana, ngithi kuye: ‘Hamba ucinge imicibisholo.’ Uma ngithi kumfana: ‘Bheka, inganeno kwakho, yithathe,’ ubokuza ngokuba uyobe uphephile, kungekho ngozi; ngifunga ngiyagomela phambi kukaSimakade.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 20:21
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Njalo uba befunda lokufunda izindlela zabantu bami, ukufunga ngebizo lami: Kuphila kukaJehova! njengoba bafundisa abantu bami ukufunga uBhali; khona-ke bayakwakhiwa phakathi kwabantu bami.


Uzafunga uthi: Kuphila kukaJehova ngeqiniso, ngokulunga langokulunga; izizwe ziyakuzibusisa kuye, zizidumise Ngaye.


Noma bengathi: Kuphila kukaJehova! impela bafunga amanga.


Labo abafunga isono seSamariya bathi: Kuphila unkulunkulu wakho, Dani! nokuthi: Indlela yaseBeri Sheba; nabo bayakuwa, bangabe besavuka.


Ngiyocibishela imicibisholo emithathu eceleni kwalo njengokungathi ngicibishela iphuzu elilodwa.


Kepha uma ngithi ensizwa: ‘Bheka, imicibisholo ingaphesheya kwakho; hamba, ngokuba uJehova ukumukisile.


Wathi endodaneni yakhe: “Gijima, ufune imicibisholo engiyicibishelayo.” Kwathi umfana egijima, wadubula umcibisholo phezu kwakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka