1 Samuweli 18:27 - Contemporary Zulu Bible 202427 UDavide wazilungiselela, wahamba yena nabantu bakhe, wabulala kumaFilisti amadoda angamakhulu amabili; uDavida waletha amajwabu awo, basebenika inkosi indaba zonke, ukuze abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wamnika uMikhali indodakazi yakhe ibe ngumkakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE27 uDavide wasuka waya, yena nabantu bakhe, wabulala kuwo amaFilisti abantu abangamakhulu amabili; uDavide waletha amajwabu abo, bawayisa enkosini ephelele ukuba abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wayesemnika uMikhali indodakazi yakhe abe ngumkakhe. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 202027 UDavide nabantu bakhe basuka baya kumaFilisti, babulala angama-200. UDavide waletha amajwabu awo; bawayisa enkosini ephelele ukuba abe ngumkhwenyana wenkosi. USawule wayesemganisela uMikhali, indodakazi yakhe, waba ngumkakhe. Uka jalj uñjjattʼäta |