Bawukhweza enqoleni entsha umphongolo kaNkulunkulu, bawususa endlini ka-Abhinadaba eyayiseGibheya. U-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abhinadaba, yibona ababeshayela leyo nqola entsha.
UNumeri 7:4 - IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: |
Bawukhweza enqoleni entsha umphongolo kaNkulunkulu, bawususa endlini ka-Abhinadaba eyayiseGibheya. U-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abhinadaba, yibona ababeshayela leyo nqola entsha.
Zaletha iminikelo yazo kuSimakade: izinqola eziyisithupha ezazimboziwe nezinkabi ezili-12, inqola eyodwa yabaholi ngababili nenkabi kumholi ngamunye, zakwethula kuSimakade.
“Zemukele kuzo lezo zipho, ukuze zenze umsebenzi wokukhonza ethendeni lokuhlangana, uyozinika abaLevi kube yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe.”