4 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
4 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Bawubeka umphongolo kaNkulunkulu enqoleni entsha, bawukhipha endlini ka-Abinadaba eyayiseGibeya; u-Uza no-Ahiyo, amadodana ka-Abinadaba, bashayela inqola entsha.
Baletha umhlatshelo wabo phambi kukaJehova, izinqola eziyisithupha ezivalekile nezinkabi eziyishumi nambili; inqola yezikhulu ezimbili nenkabi; bakuletha phambi kwetabernakele.
Kuthathe kubo, ukuze bafeze inkonzo yetende lokuhlangana; uyakunika amaLevi, kube yilowo nalowo ngokomsebenzi wakhe.