Kepha uma kube yingozi engakusophile, kunguNkulunkulu omnikele esandleni sakhe, ngiyakummisela indawo lapho eyobalekela khona.
UNumeri 35:10 - IsiZulu 2020 “Tshela abantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Uma niwela iJordani, ningena eKhanani, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa niwela iJordani ningena ezweni laseKhanani, Contemporary Zulu Bible 2024 Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba liwela iJordani liye elizweni leKhanani; |
Kepha uma kube yingozi engakusophile, kunguNkulunkulu omnikele esandleni sakhe, ngiyakummisela indawo lapho eyobalekela khona.
“Kuyothi lapho senifikile eKhanani engizakuninika lona libe yifa lenu, ngibeke isifo sochoko endlini, ezweni eniliphiweyo.
“Yisho kubantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Lapho senifikile ezweni engininika lona, izwe liyogcina isabatha kuSimakade.
“Yala abantu bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Senizofika eKhanani, leli yizwe elizokuba yifa lenu, izwe lamaKhanani nemingcele yalo.
ngokuba anikafiki endaweni yokuphumula nasefeni uSimakade uNkulunkulu wenu aninika lona.