Iyokhulula impilo yabo kumcindezeli nonendluzula, igazi labo liyigugu emehlweni ayo.
UNumeri 31:49 - IsiZulu 2020 zathi kuye: “Izinceku zakho zibale wonke amabutho asesandleni sethu, akukho nalinye elisalile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Izinceku zakho zibale onke amadoda empi asesandleni sethu, akwasala neyodwa yethu. Contemporary Zulu Bible 2024 Base bethi kuMose: “Izinceku zakho zibalile amadoda empi ayephansi kwesandla sethu, akwasilelanga neyodwa kithi.” |
Iyokhulula impilo yabo kumcindezeli nonendluzula, igazi labo liyigugu emehlweni ayo.
“Lapho kubalwa abantu bakwa-Israyeli ukuze bonke babhaliswe, lapho bebhaliswa, bonke bayakukhokha inhlawulo yempilo yabo kuSimakade, ukuze bangehlelwa ubhubhane ngenxa yokubalwa.
Iziphathimandla ezazingabakhuzi bezinkulungwane zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu, zasondela kuMose,
Silethe umnikelo kaSimakade, yilowo nalowo kulokho akutholileyo: izinto zegolide, izigqizo, amasongo, izindandatho, amacici, nemigexo, ukuze senzele imiphefumulo yethu ukubuyisana phambi kukaSimakade.”
ukuze kugcwaliseke izwi alishoyo, wathi: “Kulabo ongiphe bona, angilahlekelwanga namunye.”