“Uma abantu bakho bephuma impi, beyolwa nesitha sabo ngendlela obathuma ngayo, bese bekhuleka kuSimakade, bebheke kulo muzi owukhethileyo nakule ndlu engiyakhele igama lakho,
UNumeri 31:1 - IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: |
“Uma abantu bakho bephuma impi, beyolwa nesitha sabo ngendlela obathuma ngayo, bese bekhuleka kuSimakade, bebheke kulo muzi owukhethileyo nakule ndlu engiyakhele igama lakho,
UMowabi wathi ezingwevini zakwaMidiyani: “Manje lolu quqaba luzoqothula konke esinakho nxazonke, njengenkabi iqothula utshani edlelweni.” UBhalaki, indodana kaZiphori, wayeyinkosi yakwaMowabi ngaleso sikhathi.
Yilezo izimiso, uSimakade ayala ngazo uMose, eziyoba phakathi kwendoda nomkayo, uyise nendodakazi engaganile esahlala kubo.
Abantu bakwa-Israyeli benza okubi emehlweni kaSimakade, uSimakade wabanikela esandleni sabakwaMidiyani iminyaka eyisikhombisa.