Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
UNumeri 26:21 - IsiZulu 2020 Abozalo lukaPherezi yilaba: kuHezironi: ngumndeni wabakwaHezironi; kuHamule: ngumndeni wabakwaHamule. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana kaPheresi: kwaHesironi: ngumndeni wakwaHesironi; kwaHamule: ngumndeni wakwaHamule. Contemporary Zulu Bible 2024 Amadodana kaPheresi ayengo; kwaHezironi: ngumndeni wakwaHezironi; kwaHamuli: ngumndeni wakwaHamuli. |
Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
Abozalo lukaJuda ngemindeni yabo yilaba: kuShela: ngumndeni wabakwaShela; kuPherezi: ngumndeni wabakwaPherezi; kuZera: ngumndeni wabakwaZera.
uJuda wazala uFaresi noZara kuThamari; uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu,