Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Mathewu 1:3 - IsiZulu 2020

3 uJuda wazala uFaresi noZara kuThamari; uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

3 UJuda wazala uFaresi noZara kuTamari; uFaresi wazala u-Esrom; u-Esrom wazala u-Aramu;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Mathewu 1:3
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJuda wayesethi kuThamari, umalokazana wakwakhe: “Kungcono uhlale ube ngumfelokazi emzini kayihlo kuze kukhule indodana yami uShela.” Ngokuba uJuda wathi: “Angase afe naye lo njengabafowabo.” UThamari wahamba wayohlala emzini kayise.


UJuda wathathela indodana yakhe eyizibulo, u-Eri, umfazi ogama lakhe linguThamari.


Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.


Amadodana kaJuda: kwakunguPherezi, uHezironi, uKharmi, uHure, noShobhali.


Kumadodana kaZera: kunguJehuweli nabafowabo, bengama-690.


U-Abhrahama wazala u-Isaka, u-Isaka wazala uJakobe, uJakobe wazala uJuda nabafowabo;


u-Aramu wazala u-Aminadaba, u-Aminadaba wazala uNasoni, uNasoni wazala uSalimoni;


ka-Aminadaba, ka-Adimini, ka-Arini, kaHezironi, kaPherezi, kaJuda,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka