Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 26:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Amadodana kaPheresi: kwaHesironi: ngumndeni wakwaHesironi; kwaHamule: ngumndeni wakwaHamule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Abozalo lukaPherezi yilaba: kuHezironi: ngumndeni wabakwaHezironi; kuHamule: ngumndeni wabakwaHamule.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Amadodana kaPheresi ayengo; kwaHezironi: ngumndeni wakwaHezironi; kwaHamuli: ngumndeni wakwaHamuli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 26:21
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadodana kaJuda: ngo-Eri, no-Onani, noShela, noPheresi, noZera; kepha o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Amadodana kaPheresi ayengoHesironi noHamule.


Amadodana kaPheresi: ngoHesironi noHamule.


Amadodana kaJuda ngemindeni yawo: kwaShela: ngumndeni wakwaShela; kwaPheresi: ngumndeni wakwaPheresi; kwaZera: ngumndeni wakwaZera.


Yileyo eyimindeni kaJuda ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi ayisikhombisa nesithupha namakhulu ayisihlanu.


kwaHesironi: ngumndeni wakwaHesironi; kwaKarmi: ngumndeni wakwaKarmi.


Yileyo eyimindeni yabakwaRubeni; ababalwayo kuyo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nantathu namakhulu ayisikhombisa namashumi amathathu.


uJuda wazala oFaresi noZara kuTamari, uFaresi wazala u-Esiromu, u-Esiromu wazala u-Aramu;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka