Suka uphele lapha uphindele kini; ngathi ngizakukuhlonipha kakhulu, kodwa uSimakade wenqabile ukuba ngikuhloniphe.”
UNumeri 24:25 - IsiZulu 2020 UBhileyamu wasuka, wahamba, waphindela kwakhe, noBhalaki wabona eze ngayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UBileyamu wayesesuka, wahamba, wabuyela endaweni yakhe; uBalaki wahamba ngeyakhe indlela. Contemporary Zulu Bible 2024 UBileyamu wayesesuka, wahamba, wabuyela endaweni yakhe, noBalaki wahamba. |
Suka uphele lapha uphindele kini; ngathi ngizakukuhlonipha kakhulu, kodwa uSimakade wenqabile ukuba ngikuhloniphe.”
Bheka, manje sengiphindela kwabakithi, kodwa-ke woza ngikweluleke ukuthi laba bantu bazokwenzani kubantu bakho ezinsukwini ezizayo.”
U-Israyeli wahlala eShithimi; abantu base beqala ukuphinga namadodakazi akwaMowabi.
Babulala amakhosi amahlanu akwaMidiyani u-Evi, uRekhemi, uZuri, uHure, noRebha. UBhileyamu, indodana kaBheyori, naye bambulala ngenkemba.
Phakathi kwalabo u-Israyeli ababulala ngenkemba kwakungoBhileyamu, indodana kaBheyori owayengumbhuli.