Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 24:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 UBileyamu wayesesuka, wahamba, wabuyela endaweni yakhe; uBalaki wahamba ngeyakhe indlela.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

25 UBhileyamu wasuka, wahamba, waphindela kwakhe, noBhalaki wabona eze ngayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

25 UBileyamu wayesesuka, wahamba, wabuyela endaweni yakhe, noBalaki wahamba.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 24:25
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngalokho baleka uye endaweni yakho; bengithi ngiyakukunika udumo olukhulu; kepha bheka, uJehova ugodlile udumo kuwe.”


Bheka manje, ngibuyela kubantu bakithi; woza ngikumemezelele ukuthi laba bantu bayakwenzani kubantu bakini ngezinsuku ezizayo.”


U-Israyeli wahlala eShithimi; abantu baqala ukuphinga namadodakazi akwaMowabi,


Babulala amakhosi akwaMidiyani kanye nabanye ababulawayo: o-Evi, noRekemi, noSuri, noHure, noReba, amakhosi ayisihlanu akwaMidiyani; noBileyamu indodana kaBeyori bambulala ngemkemba.


UBileyamu indodana kaBeyori, umbhuli, naye bambulala abantwana bakwa-Israyeli ngenkemba phakathi kwabanye ababulawa yibo.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka