Bayakudla umnikelo wokusanhlamvu, umnikelo wesono, nomnikelo wecala, konke lokho okwehlukanisiweyo kwa-Israyeli kuyakuba ngokwabo.
UNumeri 18:14 - IsiZulu 2020 “Konke okwehlukanisiwe kwa-Israyeli kuyoba ngokwakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Konke okwahlukanisiwe kwa-Israyeli kuyakuba ngokwakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Konke okungcwelisiwe kwa-Israyeli kuyakuba ngokwakho. |
Bayakudla umnikelo wokusanhlamvu, umnikelo wesono, nomnikelo wecala, konke lokho okwehlukanisiweyo kwa-Israyeli kuyakuba ngokwabo.
Lapho insimu isikhululwa ngonyaka wejubhili, njengensimu enikelwe, iyakuba ngcwele kuSimakade; ibe yifa lomphristi.
“ ‘Nokho yonke into enikelwe, umuntu ayahlukanisele uSimakade kukho konke anakho, kungaba ngabantu, noma yizilwane, noma yinsimu eyifa lakhe, akuyukuthengiswa, futhi akunakuhlengwa; konke okunikelwe kungcwelengcwele kuSimakade.