Kodwa mina ngigcwele amandla ngoMoya kaSimakade, ubulungiswa nesibindi, ukuba ngitshele uJakobe ngesiphambeko sakhe no-Israyeli ngesono sakhe.
UNumeri 14:17 - IsiZulu 2020 “Ngakho-ke ake ubonakalise amandla akho njengalokhu wakhuluma, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kalokhu ake abe makhulu amandla eNkosi njengokusho kwakho ukuthi: Contemporary Zulu Bible 2024 Manje, ngiyanincenga, mawabe makhulu amandla eNkosi yami, njengoba nje nishilo ngokuthi: |
Kodwa mina ngigcwele amandla ngoMoya kaSimakade, ubulungiswa nesibindi, ukuba ngitshele uJakobe ngesiphambeko sakhe no-Israyeli ngesono sakhe.
“Ngenxa yokuba uSimakade ubengenamandla okungenisa laba bantu ezweni afunga ngalo kubo, ngalokho-ke ubabhubhisile ehlane.”
‘USimakade uyephuza ukuthukuthela, uvame umusa, uthethelela ububi neziphambeko, nokho akayeki angamjezisi onecala, uhambela ububi bawoyise kubantwana, kuze kube sesizukulwaneni sesithathu nesesine.’
Kepha ukuze nazi ukuthi iNdodana yomuntu inegunya lokuthethelela izono emhlabeni ...,” wathi kofe uhlangothi: “Vuka, uthathe uhlaka lwakho, uye endlini yakho.”
Izixuku zikubona lokho zethuka, zamdumisa uNkulunkulu onike abantu igunya elinjalo.