Yayisithi kuye: “Awusezukubizwa ngokuthi unguJakobe, usuzobizwa ngokuthi ungu-Israyeli, ngokuba ulwe noNkulunkulu nabantu, wanqoba.”
UNehemiya 4:9 - IsiZulu 2020 Sakhuleka kuNkulunkulu wethu, sabeka abaqaphi ukulinda ubusuku nemini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kepha sakhuleka kuNkulunkulu wethu, sabamisela abalindi imini nobusuku ngenxa yabo. Contemporary Zulu Bible 2024 Nokho sakhuleka kuNkulunkulu wethu, sabamisela abalindi imini nobusuku ngenxa yabo. |
Yayisithi kuye: “Awusezukubizwa ngokuthi unguJakobe, usuzobizwa ngokuthi ungu-Israyeli, ngokuba ulwe noNkulunkulu nabantu, wanqoba.”
UJuda wathi: “Amandla abathwala imithwalo aphelile, maningi amabibi, asisakwazi ukuqhubeka sakhe kabusha ugange.”
Izitha zethu zathi: “Sizobazuma, sibathelekele bengazelele, sibabulale, ungabe usaqhubeka umsebenzi.”
Lindani, nikhuleke ukuze ningangeni ekulingweni; umoya uyavuma, kodwa umzimba ubuthakathaka.”
Ngakho-ke lindani, nikhuleke ngezikhathi zonke ukuze nikwazi ukuphunyuka kukho konke lokhu okuzakukwenzeka, nokuba nime phambi kweNdodana yomuntu.”
Zithibeni, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo, sifuna esingamdwengula.