UJoshuwa 16:1 - IsiZulu 2020 Isabelo sabozalo lukaJosefa sasisuka eJordani ngaseJerikho empumalanga yamanzi eJerikho, kuya ehlane, sikhuphuke kusuka eJerikho kuye kwelezintaba kuze kufike eBhethele, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Isabelo sabantwana bakwaJosefa sasuka eJordani ngaseJeriko emanzini aseJeriko ngasempumalanga, ihlane elenyuka eJeriko ezintabeni ukuya eBethele; Contemporary Zulu Bible 2024 Inkatho yabantwana bakwaJosefa yawela eJordani ngaseJeriko emanzini aseJeriko ngasempumalanga ehlane elenyuka lisuka eJeriko ngasentabeni yaseBethele; |
“U-Efrayimi uyakuba nesabelo ngasemngceleni wakwaManase, kusukela ohlangothini olusempumalanga kuze kube kolusentshonalanga.
Umngcele wabo ngasenyakatho wawusuka eJordani, wenyuke eceleni kweJerikho ngasenyakatho, ukhuphukele kwelezintaba entshonalanga, uze uyogcina ehlane iBhethi Aveni.
Ayakulehlukanisa izingxenye eziyisikhombisa: uJuda aqhubeke ahlale endaweni yakhe eseningizimu, indlu kaJosefa endaweni yayo enyakatho.
UJoshuwa nayo yonke impi yakwa-Israyeli, bashaya sengathi bayehlulwa, base beyabaleka ngendlela eqonde ogwadule.