Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia

- Anuncios ukanaka -




UJoshuwa 16:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Isabelo sabantwana bakwaJosefa sasuka eJordani ngaseJeriko emanzini aseJeriko ngasempumalanga, ihlane elenyuka eJeriko ezintabeni ukuya eBethele;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 Isabelo sabozalo lukaJosefa sasisuka eJordani ngaseJerikho empumalanga yamanzi eJerikho, kuya ehlane, sikhuphuke kusuka eJerikho kuye kwelezintaba kuze kufike eBhethele,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Inkatho yabantwana bakwaJosefa yawela eJordani ngaseJeriko emanzini aseJeriko ngasempumalanga ehlane elenyuka lisuka eJeriko ngasentabeni yaseBethele;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJoshuwa 16:1
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Amadodana kaRaheli ayengoJosefa noBenjamini.


“Ngasemkhawulweni wakwaManase, kusukela ohlangothini lwasempumalanga kuze kube sohlangothini lwasentshonalanga, u-Efrayimi uyakuba nesabelo.


Ehlane: iBeti Araba, neMidini, neSekaka,


Umkhawulo wabo ngasohlangothini lwasenyakatho waphuma eJordani; umkhawulo wenyuka eceleni kweJeriko ngasenyakatho, wakhuphukela ezintabeni ngasentshonalanga; ukuphuma kwawo kwakungasehlane laseBeti Aveni.


Ayakwahlukanisa izabelo eziyisikhombisa: uJuda uyakuhlala emkhawulweni wakhe ngaseningizimu, indlu kaJosefa ihlale emkhawulweni wayo ngasenyakatho.


UJoshuwa nabo bonke abakwa-Israyeli benza kungathi bahluliwe phambi kwabo, babaleka ngendlela eya ehlane.


Kwenyukela eBethele nabendlu kaJosefa; uJehova wayenabo.


Abendlu kaJosefa bathuma bahlola iBethele; igama lomuzi laliyiLuze kuqala.


kwabaseBethele, nakwabaseRamoti laseNingizimu, nakwabaseJatiri,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka