Ubuso bami buklwele babomvu ngukukhala, kunobumnyama obukhulu ezinkopheni zami,
UJobe 17:7 - IsiZulu 2020 Iso lami lifiphele ngenxa yosizi, wonke amalungu ami anjengethunzi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Iso lami lifiphele ngosizi; onke amalungu ami anjengethunzi. Contemporary Zulu Bible 2024 Iso lami lifiphele ngenxa yosizi, nezitho zami zonke zinjengethunzi. |
Ubuso bami buklwele babomvu ngukukhala, kunobumnyama obukhulu ezinkopheni zami,
Ungibambile, lokhu kungubufakazi, ukuzaca kwami kumile kungubufakazi phambi kwami.
Umzimba wami wembozwe yizimpethu nothuli. Isikhumba sami siyaphola, sibuye sibhicike.
Iso lami liyafiphala, ngenxa yokudabuka; selibuthakathaka, ngenxa yezitha zami.
Sukani kimi nina nonke enenza okubi, ngokuba uSimakade ulizwile izwi lokukhala kwami.
Konje ngubani owaziyo ukuthi yini enhle kumuntu ngesikhathi esaphila lezi zinsukwana zempilo yakhe eyize, eyedlula njengethunzi na? Ngubani ongasho kumuntu ukuthi yini ezokwenzeka phansi komthunzi welanga nxa esefile na?
Ngalokho-ke inhliziyo yethu idangele; ngenxa yalezo zinto, amehlo ethu afiphele.