Kwathi u-Israyeli esehleli kulelo lizwe, uRubeni walala noBhiliha isancinza sikayise. Uyise u-Israyeli wezwa ngaleyo ndaba. UJakobe wayenamadodana ali-12.
UGenesise 44:7 - IsiZulu 2020 Ayesethi kuyo: “Kungani inkosi yami ikhulume amazwi anjengalawa na? Zingayenza kanjani izinceku zakho into efana naleyo na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ayesethi kuyo: “Inkosi yami ikhulumelani amazwi anjengalawa? Akube kude nezinceku zakho ukwenze njalo. Contemporary Zulu Bible 2024 Bathi kuye: “Inkosi yami ikhulumelani lawa mazwi na?” UNkulunkulu makube kude nezinceku zakho ukwenza njengalokhu: |
Kwathi u-Israyeli esehleli kulelo lizwe, uRubeni walala noBhiliha isancinza sikayise. Uyise u-Israyeli wezwa ngaleyo ndaba. UJakobe wayenamadodana ali-12.
Bheka, imali esayithola emilonyeni yamasaka ethu, sabuya nayo sisuka eKhanani. Pho singaleba kanjani isiliva noma igolide endlini yenkosi yakho na?
UJowabe waphendula, wathi: “Makungenzeki, angingabi naso nesifiso sokuba ngidle noma ngibhubhise.
UHazayeli wathi: “Kodwa ibiyini inceku yakho, iyinja nje; ingakwenza kanjani lokhu okukhulu kangaka na?” Wathi u-Elisha: “USimakade ungibonisile ukuthi uzokuba yinkosi e-Aramu.”
Igama elihle lingcono kunamakha anuka kamnandi, nosuku lokufa lungcono kunolokuzalwa.
Sikhulekeleni, ngokuba siyethemba ukuthi sinonembeza omuhle, sithanda ukuhamba kahle ezintweni zonke.