Lena yindaba kaJakobe nezizukulwane zakhe. Kwathi uJosefa eseneminyaka eyi-17, elusa umhlambi nabafowabo ababezalwa nguBhiliha noZilipha, abafazi bakayise, uJosefa wabika umbiko omubi ngabafowabo kuyise.
UGenesise 42:8 - IsiZulu 2020 UJosefa wababona abafowabo, kodwa bona abambonanga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJosefa wabazi abafowabo, kepha bona abamazanga. Contemporary Zulu Bible 2024 UJosefa wabazi abafowabo, kepha bona abamazanga. |
Lena yindaba kaJakobe nezizukulwane zakhe. Kwathi uJosefa eseneminyaka eyi-17, elusa umhlambi nabafowabo ababezalwa nguBhiliha noZilipha, abafazi bakayise, uJosefa wabika umbiko omubi ngabafowabo kuyise.
UJosefa wayeneminyaka engama-30 ngesikhathi eqala ukusebenzela uFaro inkosi yaseGibhithe. UJosefa waphuma phambi kukaFaro, wahamba kulo lonke iGibhithe.
Esekushilo lokho waphenduka, wabona uJesu emile, kodwa wayengazi ukuthi nguJesu.
Kuthe sekusa, uJesu wabonakala emi ogwini, kodwa abafundi babengazi ukuthi nguYena.