UGenesise 42:7 - IsiZulu 20207 UJosefa wababona abafowabo, kodwa wazishaya ongabaziyo, wakhuluma nabo ngesankahlu, wathi: “Nivelaphi nina?” Bamphendula bathi: “Sivela eKhanani, sizothenga ukudla.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 UJosefa wabona abafowabo, wabazi, kepha wazishaya ongabaziyo kubo, wakhuluma kalukhuni kubo, wathi kubo: “Nivelaphi na?” Bathi: “Sivela ezweni laseKhanani, size ukuthenga ukudla.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 UJosefa wababona abafowabo, wabazi, kepha wazenza ongabazi kubo, wakhuluma kalukhuni kubo; wasesithi kubo: Livela ngaphi? Basebesithi: Sivela elizweni leKhanani ukuyathenga ukudla. Uka jalj uñjjattʼäta |