Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 15:4 - IsiZulu 2020

Izwi likaSimakade lezwakala kuye lithi: “Le ndoda kayisoze yaba yindlalifa yakho, indlalifa yakho kuzokuba yindodana ephuma okhalo lwakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Bheka, izwi likaJehova leza kuye, lathi: “Lona akayikudla ifa lakho, kepha oyakuphuma ezibilinini zakho uyakudla ifa lakho.”

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Futhi bheka, izwi leNkosi lafika kuye, lathi: Lo akayikuba yindlalifa yakho; kodwa oyakuphuma ezibilinini zakho uyakuba yindlalifa yakho.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 15:4
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Emveni kwalezo zinto izwi likaSimakade lafika ku-Abhrama ngombono, lathi kuye: “Ungesabi Abhrama, ngiyisihlangu sakho, umvuzo wakho uyakuba mkhulu kakhulu.”


Ngizombusisa akuzalele indodana, abe ngunina wezizwe eziningi okuyovela kuzo amakhosi ayobusa izizwe.”


UNkulunkulu wathi ku-Abhrahama: “Ungakhathazeki kangaka ngomfana nesigqila sakho. Lalela konke akushoyo uSara, ngokuba uzalo luka-Isaka oluyobizwa ngawe.


UDavide wayesethi ku-Abhishayi nakuzo zonke izinceku zakhe: “Bhekani, indodana yami eyaphuma ezibilini zami ifuna ukuphila kwami; kakhulu kangakanani-ke lo mBhenjamini na? Myekeni, athuke, ngokuba nguSimakade omthumile.


Kuyothi lapho izinsuku zakho seziphelile, usulele nokhokho bakho, bese ngibeka owozalo lwakho oyakuphuma ezibilini zakho, ngiyakuwuqinisa umbuso wakhe.


USimakade wathumela ingelosi eyabhubhisa wonke amaqhawe anamandla, nabaholi, nezinduna enkanjini yenkosi yase-Asiriya. Yabuyela ezweni layo ijabhile. Isingenile endlini kankulunkulu wayo, abozalo lwayo bayibulala ngenkemba khona lapho.


Kepha nina bazalwane, ningabantwana besithembiso, njengo-Isaka.


Ngimthumele kuwe, yena oyinhliziyo yami,