Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 21:12 - IsiZulu 2020

12 UNkulunkulu wathi ku-Abhrahama: “Ungakhathazeki kangaka ngomfana nesigqila sakho. Lalela konke akushoyo uSara, ngokuba uzalo luka-Isaka oluyobizwa ngawe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UNkulunkulu wathi ku-Abrahama: “Akungabi lukhuni emehlweni akho ngenxa yomfana nangenxa yesigqilakazi sakho; kukho konke uSara akusho kuwe, lalela izwi lakhe, ngokuba inzalo yakho iyakubizwa ngo-Isaka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UNkulunkulu wathi ku-Abrahama: “Makungabi kubi emehlweni akho ngenxa yendodana nangenxa yesigqilakazi sakho; Kukho konke uSara akutshela khona, lalela izwi lakhe; ngoba ngoIsaka inzalo yakho izabizwa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 21:12
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: “Akunjalo; ngumkakho uSara ozokuzalela indodana; uyiqambe igama uthi ngu-Isaka. Ngiyosigcina isivumelwano sami nakuye, sibe yisivumelwano saphakade ngisho nasesizukulwaneni sakhe.


Kepha isivumelwano sami ngiyosimisa no-Isaka, ozomzalelwa nguSara ngalesi sikhathi, ngonyaka ozayo.”


owamemezela phambilini okuyakuza, nasendulo izinto ezingakenziwa, ethi: ‘Icebo lami liyakuma, ngiphumelelise yonke intando yami, ngifeze zonke izimfiso zami,


Kepha uthini umbhalo na? Uthi: “Xosha isigqilakazi nendodana yaso, indodana yesigqilakazi ayinakulidla ifa kanye nendodana yokhululekileyo.”


okwathiwa kuye: “Inzalo yakho iyakubizwa ngo-Isaka,”


USimakade wathi kuSamuweli: “Lalela izwi labantu kukho konke abakusho kuwe, ngokuba akuwena abakulahlayo, kodwa balahle Mina, ukuba ngingabe ngisaba yinkosi phezu kwabo.


Manje lalela abakushoyo, kodwa-ke uze ubexwayise impela, ubatshele ngendlela inkosi eyakubusa ngayo phezu kwabo.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka