Uthingo lwenkosazana ngilubeke emafini, ukuze lube wuphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
UGenesise 1:17 - IsiZulu 2020 UNkulunkulu wabeka izikhanyisi esibhakabhakeni ukuba zikhanyisele umhlaba, IBHAYIBHELI ELINGCWELE UNkulunkulu wazifaka emkhathini wezulu ukuba zikhanyise emhlabeni, Contemporary Zulu Bible 2024 UNkulunkulu wazibeka emkhathini wezulu ukuba zikhanyise emhlabeni; |
Uthingo lwenkosazana ngilubeke emafini, ukuze lube wuphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.
“Selokhu waba khona, sewake wakuyala yini ukusa, wenza intathakusa iyazi indawo yayo,
Simakade, Nkulunkulu wethu, yeka ukubabazeka kwegama lakho emhlabeni wonke! Wena obeke inkazimulo yakho phezu kwamazulu.
Lapho ngibuka izulu lakho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi okumisileyo,
“Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma ningasephula isivumelwano sami nemini, nesivumelwano sami nobusuku, kungabe kusaba bikho mini nabusuku ngesikhathi sakho,
Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma bengingenzanga isivumelwano sami nemini nobusuku, nezimiso nezulu nomhlaba,
INkosi isiyale kanjalo yathi: “ ‘Ngikubekile ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semkhawulweni womhlaba.’ ”