Uchoko lukaNahamani luyakunamathela kuwe nasozalweni lwakho kuze kube phakade.” Wayesephuma phambi kwakhe enochoko, esemhlophe njengeqhwa.
UEksodusi 4:6 - IsiZulu 2020 USimakade wabuye wathi kuye: “Faka isandla esifubeni sakho.” Wasifaka. Lapho esikhipha, mameshane, isandla sakhe sabe sesinochoko, simhlophe njengeqhwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wathi futhi kuye: “Faka isandla sakho esifubeni sakho.” Wayesefaka isandla sakhe esifubeni sakhe; lapho esesikhipha, bheka, isandla sakhe sasinochoko, sinjengeqhwa. Contemporary Zulu Bible 2024 INkosi yasisithi kuye: Faka isandla sakho esifubeni sakho. Wasifaka isandla sakhe esifubeni sakhe; wasikhipha, bheka, isandla sakhe sasinochoko njengeqhwa. |
Uchoko lukaNahamani luyakunamathela kuwe nasozalweni lwakho kuze kube phakade.” Wayesephuma phambi kwakhe enochoko, esemhlophe njengeqhwa.
umphristi uyakulihlola, uma uboya obusebaleni elikhanyayo sebuphendukile baba mhlophe, selibonakala ukuthi lishonile kunesikhumba, isifo esithathelanwayo; sivele esibazini; umphristi uyakumemezela ukuthi ungcolile; yisifo esithathelanwayo.
Ifu laphakama phezu kwethende. Bheka, uMiriyamu wayesenochoko, emhlophe njengeqhwa. U-Aroni waphendukela ngakuMiriyamu, wabona ukuthi usenochoko.