Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 4:43 - IsiZulu 2020

Emva kwezinsuku ezimbili, uJesu wasuka lapho, waya eGalile.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kepha emva kwezinsuku ezimbili waphuma lapho ukuya eGalile.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Kwathi emva kwezinsuku ezimbili wamuka lapho, waya eGalile.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi emva kwezinsuku ezimbili wamuka lapho, waya eGalile.

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 4:43
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wasuka eNazaretha, wayohlala eKhaphernawume elingasolwandle, ezifundeni kwaZebuloni nakwaNafethali


Wamyisa kuJesu. UJesu wambheka, wathi: “Wena unguSimoni kaJona; usuzakubizwa ngokuthi uKhefase,” okusho ukuthi ngokuhunyushwa, uPhethro.


Ngakho-ke athi amaSamariya esefikile kuye, amncenga ukuba ahlale nawo. Wahlala lapho izinsuku ezimbili.


Ngokuba uJesu uqobo wafakaza ukuthi umphrofethi akahlonishwa ezweni lakubo.


Ngakho-ke waphinda waya eKhana eGalile, lapho aguqula khona amanzi aba yiwayini. Kwakukhona induna ethile yenkosi eyayigulelwa yindodana yayo eKhaphernawume.


Ngokuba ngithi, uKhristu waba yisikhonzi sabasokileyo ngenxa yeqiniso likaNkulunkulu, ukuze aqinise izithembiso ezaphiwa okhokho;