Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




Johane 20:5 - IsiZulu 2020

Walunguza wabona izindwangu zelineni zikhona, kodwa akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

elunguza wabona izindwangu zelineni zikhona, kepha akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

Baasraak Zulu New Testament Bible

Ekhothama elunguza, wabona izindwangu zelineni zikhona; nokho akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Ekhothama elunguza, wabona izindwangu zelineni zikhona; nokho akangenanga.

Uka jalj uñjjattʼäta



Johane 20:5
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Waphuma obefile eboshwe ngezindwangu ezinyaweni nasezandleni, ubuso bakhe bumbozwe ngesiqephu sendwangu. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”


Base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni, basigquma ngamakha njengokosiko lwabaJuda lokungcwaba.


Kepha uMariya wema ngaphandle kwethuna ekhala, wayeselunguza ethuneni,


Bobabili bagijima, kodwa lo omunye umfundi wagijima kakhulu kunoPhethro, wafika kuqala ethuneni.


Wafika noSimoni Phethro owayemlandela, wangena ethuneni, wabona izindwangu zelineni zilapho,