IsAmbulo 6:3 - IsiZulu 2020 Kwathi lapho selivula uphawu lwesibili, ngezwa isidalwa sesibili sithi: “Woza!” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Nalapho livula uphawu lwesibili, ngezwa isidalwa sesibili sithi: “Woza!” Baasraak Zulu New Testament Bible Lapho livula uphawu lwesibili, ngezwa isidalwa sesibili esiphilayo sithi: Woza ubone. Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho livula uphawu lwesibili, ngezwa isidalwa sesibili esiphilayo sithi: Woza ubone. |
Isidalwa sokuqala sasifana nengonyama, esesibili sifana nethole, esesithathu sinobuso obunjengobomuntu, nesesine sinjengokhozi olundizayo.
Ngase ngibona lapho iWundlu livula olunye lwezimpawu eziyisikhombisa, ngezwa esinye sezidalwa ezine sisho ngezwi okungathi ngumsindo wokuduma kwezulu, sithi: “Woza!”
Kuthe lapho livula uphawu lwesikhombisa, kwathi cwaka ezulwini cishe ingxenye yehora.