AmaHubo 70:2 - IsiZulu 2020 Abazingela umphefumulo wami mabathelwe ngehlazo, bahlazeke. Nalabo abafuna ukungenzakalisa, mababuyiselwe emuva bejabhisiwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Mabajabhe, bayangaze abafuna umphefumulo wami. Mababuyiselwe emuva, bajabhiswe abangifisela umonakalo. Contemporary Zulu Bible 2024 Abafuna umphefumulo wami mabejabhe, babe namahloni; |
Simakade, ngikhala kuwe, phuthuma uze kimi, lalela izwi lami lapho ngikhuleka kuwe.
Makuthi bonke labo abathabela okubi okungehlele, bahlazeke, badumale. Makuthi labo abazikhukhumeza ngami, bathelwe ngehlazo, bajabhe, balulazeke.
Mabajabhe, balulazeke abazingela ukuphila kwami. Mababuyiselwe emuva benxothozela abaceba okubi ngami.
Mabajabhe, babe namahloni bonke abafuna umphefumulo wami ukuba bawubhubhise, abafisa ukulimala kwami mababuyiselwe emuva, bajabhiswe.
Zonke izitha zami ziyoba namahloni, ziphoxeke ngokwedlulele; ziyakubuyela emuva ngokuphazima kweso, zijabhile.
Abamelene nami befuna umphefumulo wami mabajabhe, baphele. Labo abafuna ukungilimaza, mabathelwe ngehlazo, bahlazeke.
Ngakho-ke izwi likaSimakade yileli: isiyalezelo phezu kwesiyalezelo, isiyalezo phezu kwesiyalezo, umthetho phezu komthetho, umthetho phezu komthetho, ingcosana lapha, ingcosana laphaya, ukuze bahambe, bawe nyovane, bephuke, bacushwe, babanjwe.
“Bazoba namahloni, bajabhiswe bonke abakuthukuthelele, bayoba njengento engelutho, babhubhe bonke abamelana nawe.