Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AmaHubo 141:1 - IsiZulu 2020

1 Simakade, ngikhala kuwe, phuthuma uze kimi, lalela izwi lami lapho ngikhuleka kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, ngiyakhala kuwe, ngiphuthume; lalela izwi lami, nxa ngikhuleka kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ihubo likaDavide. Jehova, ngikhala kuwe; sheshani emva kwami; lalela izwi lami lapho ngikhala kuwe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AmaHubo 141:1
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Awusithetheleli ngani isiphambeko sami, ususe isono sami na? Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini, uyakungifuna, kepha angiyukuba bikho.”


Simakade, yizwa umkhuleko wami, ubeke indlebe yakho ekunxuseni kwami. ungiphendule ngokwethembeka kwakho nangokulunga kwakho.


Simakade, shesha ungiphendule, umphefumulo wami udangele, ungangifihleli ubuso bakho, funa ngifane nabashona egodini.


Kepha Wena Simakade, mawungabi kude, Wena mandla ami, shesha ungisize.


Yizwa izwi lokunxusa kwami, njengoba ngikhala kuwe, ngiphakamisela izandla zami endaweni yakho engcwelengcwele.


Makuthandeke kuwe Simakade ukuba ungikhulule. Simakade, mawuphuthume ungisize.


Abazingela umphefumulo wami mabathelwe ngehlazo, bahlazeke. Nalabo abafuna ukungenzakalisa, mababuyiselwe emuva bejabhisiwe.


Kepha mina ngimpofu futhi ngiyantula, phuthuma ungisize, Nkulunkulu! Ulusizo lwami nomkhululi wami. Simakade, ungalibali.


Nkulunkulu, ungabi kude nami, Nkulunkulu, phuthuma ungisize.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka