Mawulalele umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Simakade Nkulunkulu wami, kuzwe ukukhala nokukhuleka inceku yakho ekukhuleka phambi kwakho namuhla,
AmaHubo 5:2 - IsiZulu 2020 Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngikhuleka kuwe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yizwa izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngithandaza kuwe. Contemporary Zulu Bible 2024 Lalela izwi lokukhala kwami, Nkosi yami, Nkulunkulu wami, ngokuba ngiyakukhuleka kuwe. |
Mawulalele umkhuleko wenceku yakho nokunxusa kwayo, Simakade Nkulunkulu wami, kuzwe ukukhala nokukhuleka inceku yakho ekukhuleka phambi kwakho namuhla,
Ngiyakuphakamisa Wena Nkulunkulu wami, Nkosi, ngilituse igama lakho phakade naphakade.
Ngokuba inyoni ifumene isidleke, nenkonjane yazitholela isidleke sayo, lapho ingabeka khona amaphuphu ayo, ngisho kuma-althare akho, Simakade Wamabandla, Nkosi yami, Nkulunkulu wami.
Ngokuba uSimakade ungumehluleli wethu, uSimakade usishayela imithetho, uSimakade uyinkosi yethu; Yena uyokusisindisa.
Walizwa izwi lami lapho ngithi: “Ungayisithezi indlebe yakho ekunxuseni kwami, ngicela usizo.”