Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




AbAhluleli 7:6 - IsiZulu 2020

Inani lalabo abawaxhaphayo, bebeke izandla emilonyeni yabo, kwakungamadoda angama-300, kepha bonke abanye baguqa phansi ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Umumo wabaxhaphayo bebeka isandla emlonyeni wawungamadoda angamakhulu amathathu, kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Inani labakhothayo babeka isandla emlonyeni wabo lalingamakhulu amathathu; kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta



AbAhluleli 7:6
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Iyakuphuza emfuleni ngasendleleni, ngalokho-ke iyakunqoba.


Zonke izindlela zomuntu zimsulwa emehlweni akhe, kodwa nguSimakade ohlolisisa izinhloso.


Wehlela ngasemanzini namabutho; uSimakade wathi kuGideyoni: “Bonke labo abaxhapha amanzi ngolimi njengokuxhapha kwenja, bamise nganhlanye; nabo bonke labo abaguqa ngamadolo ukuba baphuze bebeka izandla emilonyeni yabo, nabo bamise nganhlanye.”


USimakade wayesethi kuGideyoni: “Ngalawo madoda angama-300 axhaphe amanzi, ngizokunikhulula, nginikele abakwaMidiyani esandleni sakho. Bonke abanye mababuyele emakhaya abo.”