Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




AbAhluleli 7:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Umumo wabaxhaphayo bebeka isandla emlonyeni wawungamadoda angamakhulu amathathu, kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

6 Inani lalabo abawaxhaphayo, bebeke izandla emilonyeni yabo, kwakungamadoda angama-300, kepha bonke abanye baguqa phansi ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Inani labakhothayo babeka isandla emlonyeni wabo lalingamakhulu amathathu; kepha bonke abanye abantu baguqa ngamadolo ukuba baphuze amanzi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




AbAhluleli 7:6
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Iyakuphuza emfuleni ngasendleleni; ngalokho iyakuphakamisa ikhanda.


Zonke izindlela zomuntu zimhlophe emehlweni akhe, kepha uJehova uyalinganisa imimoya.


Wayesebehlisela abantu ngasemanzini; uJehova wathi kuGideyoni: “Bonke abaxhapha amanzi ngolimi lwabo njengokuxhapha kwenja babeke bodwa, kanjalo nabo bonke abaguqa ngamadolo ukuba baphuze.”


Wayesethi uJehova kuGideyoni: “Ngalawo madoda amakhulu amathathu axhaphayo ngizakunisindisa, ngibanikele abakwaMidiyani esandleni sakho; bonke abanye abantu mabahambe, yilowo nalowo aye endaweni yakhe.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka