Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




2 Samuweli 9:12 - IsiZulu 2020

UMefibhoshethi wayenendodana encane, igama layo kunguMikha. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibhoshethi.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UMefibosheti wayenendodana encane egama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaSiba babe yizinceku zikaMefibosheti.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UMefibosheti wayenendodana encane igama layo linguMika. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibosheti.

Uka jalj uñjjattʼäta



2 Samuweli 9:12
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UZiba wathi enkosini: “Ngizokwenza njengakho konke inkosi yami, inkosi, eyale ngakho inceku yayo.” UMefibhoshethi uyakudla etafuleni lenkosi njengenye yamadodana enkosi.


UMefibhoshethi wayesehlala eJerusalema, edla njalo etafuleni lenkosi; wayenezinyawo ezikhubazekile.


UShaharayimi wazala abantwana kwaMowabi, esebahambisile omkakhe uHushimi noBhahara.


uMikha, uRehobhe, uHashabhiya,


noMathaniya kaMikha, kaZabhidi, ka-Asafa, induna yomkhuleko wokubonga, noBhakibhukiya, owesibili phakathi kwabafowabo, no-Abhida kaShamuwa kaGalali kaJeduthuni.