11 uMikha, uRehobhe, uHashabhiya,
11 noMika, noRehobe, noHashabiya,
11 uMika, noRehobe, noHashabiya,
UMefibhoshethi wayenendodana encane, igama layo kunguMikha. Bonke ababehlala endlini kaZiba babeyizinceku zikaMefibhoshethi.
noHashabhiya enoJeshaya, wozalo lukaMerari, nabafowabo namadodana abo angama-20;
Ngakho-ke ngaqoka abali-12 kubaholi babaphristi: uSherebhiya, uHashabhiya nabalishumi abayizihlobo zabo.
nabafowabo uShebhaniya, uHodiya, uKhelitha, uPhelaya, uHanani,
uZakhuri, uSherebhiya, uShebhaniya,
KubaLevi: uShemaya kaHashubhi, ka-Azirikamu, kaHashabhiya, kaBhuni;
Umphathi wabaLevi eJerusalema kwakungu-Uzi kaBhani, kaHashabhiya, kaMathaniya, kaMikha wabozalo luka-Asafa, abaculi, ephethe umsebenzi wendlu kaNkulunkulu.
Izinhloko zabaLevi nazi: uHashabhiya, uSherebhiya noJeshuwa, indodana kaKadimiyeli, nabafowabo bebhekene nabo bedumisa, bebonga njengemiyalo kaDavide, umuntu kaNkulunkulu, isigaba sibhekene nesigaba.