Kwakukhona amadoda amane anochoko ngasemnyango wesango, athi omunye komunye: “Sihlaleleni lapha size sife na?
UNumeri 5:2 - Contemporary Zulu Bible 2024 Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu bonke abantu abanochoko, nabo bonke abacucuzayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu* bonke abanochoko, nabo bonke abacucayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo, IsiZulu 2020 “Yala abantu bakwa-Israyeli ukuba babakhiphe enkanjini bonke abanochoko, nabo bonke abamfimfayo, nabangcoliswe wukuthinta abafileyo. |
Kwakukhona amadoda amane anochoko ngasemnyango wesango, athi omunye komunye: “Sihlaleleni lapha size sife na?
Lowo onochoko esikuye isifo, kumelwe aklebhule izingubo zakhe, akhumule ikhanda lakhe, futhi kumelwe amboze udebe lwakhe lwangaphezulu, akhale athi: “Ngingcolile, ngingcolile!
Zonke izinsuku isifo sisekuye, uyakuba ngongcolile; ungcolile; uzohlala yedwa; ngaphandle kwekamu kuyakuba yindawo yakhe yokuhlala.
Uma umpristi ebona ukuthi utwayi lwandile esikhumbeni, umpristi kumelwe athi ungcolile; luchoko.
Lowo oyakuhlanjululwa kumelwe ahlanze izingubo zakhe, aphuce zonke izinwele zakhe, ageze ngamanzi, ukuze ahlambuluke; emva kwalokho uyakungena ekamu, ahlale kasikhombisa etendeni lakhe izinsuku.
INkosi yasisithi kuMozisi: Khuluma kubapristi, amadodana kaAroni, uthi kibo: Kakungabi lamuntu phakathi kwabantu bakibo ozangcoliswa ngabafileyo.
Ngoba loba ngubani ongacindezelwanga ngalolosuku uzaqunywa phakathi kwabantu bakibo.
Ifu lasuka etabernakele; bheka, uMiriyamu waba nochoko, emhlophe njengeqhwa; u-Aroni wambheka uMiriyamu, bheka, wayenochoko;
UJehova wathi kuMose: “Uma uyise ubemkhafulele ebusweni nje, ubengayikujabha izinsuku eziyisikhombisa na? makakhishwe ekamu izinsuku eziyisikhombisa, abuye angeniswe.
Njalo lizahlala ngaphandle kwenkamba insuku eziyisikhombisa: wonke owabulala umuntu laye wonke othinte ohlutshiweyo, lizazihlambulula ngosuku lwesithathu langosuku lwesikhombisa, lina lezibotshwa zenu.