ULevitikusi 14:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Lowo oyakuhlanjululwa kumelwe ahlanze izingubo zakhe, aphuce zonke izinwele zakhe, ageze ngamanzi, ukuze ahlambuluke; emva kwalokho uyakungena ekamu, ahlale kasikhombisa etendeni lakhe izinsuku. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 “Oyakuhlanjululwa makahlanze izingubo zakhe, aphucule zonke izinwele zakhe, ageze ngamanzi, ahlambuluke; emva kwalokho uyakungena ekamu,* kepha ahlale ngaphandle kwetende lakhe izinsuku eziyisikhombisa. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20208 “Ohlanjululwayo uyohlanza izingubo zakhe, aphuce zonke izinwele zakhe, ageze ngamanzi, ahlambuluke. Emveni kwalokho uyakungena enkanjini, kodwa uyohlala ngaphandle kwethende lakhe izinsuku eziyisikhombisa. Uka jalj uñjjattʼäta |