1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi:
1 USimakade wakhuluma kuMose, wathi:
Zonke izinsuku isifo sisekuye, uyakuba ngongcolile; ungcolile; uzohlala yedwa; ngaphandle kwekamu kuyakuba yindawo yakhe yokuhlala.
UJehova wathi kuMose: “Uma uyise ubemkhafulele ebusweni nje, ubengayikujabha izinsuku eziyisikhombisa na? makakhishwe ekamu izinsuku eziyisikhombisa, abuye angeniswe.
Ngokomyalo weNkosi basebebalwa ngesandla sikaMozisi, ngulowo lalowo ngomsebenzi wakhe lanjengomthwalo wakhe; babalwa kanye naye, njengalokho uJehova emyalile uMose.
Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba bakhiphe ekamu bonke abantu abanochoko, nabo bonke abacucuzayo, nabo bonke abangcoliswe ngabafileyo.