INkosi yasisithi kuMozisi: Yehla, ulaya abantu, hlezi bafohle baye eNkosini ukuze babone, kubhubhe abanengi kubo.
UNumeri 4:20 - Contemporary Zulu Bible 2024 Kodwa akumelwe bangene ukuze babone lapho izinto ezingcwele zisitshekelwe, funa bafe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kepha abayikungena ukubona okungcwele nangesikhashana nje, funa bafe.” IsiZulu 2020 Abanakungena ukuba babuke okungcwele ngisho umzuzwana nje, funa bafe.” |
INkosi yasisithi kuMozisi: Yehla, ulaya abantu, hlezi bafohle baye eNkosini ukuze babone, kubhubhe abanengi kubo.
Kumelwe abeke impepho emlilweni phambi kukaJehova, ukuze ifu lempepho lisibekele isihlalo somusa esiphezu kobufakazi, ukuze angafi.
Lapho itabernakele lisuka, amaLevi kumelwe alidilize; ekumisweni kwetabernakele, amaLevi alimise; futhi umfokazi osondelayo kumelwe abulawe.
Bayakugcina inkonzo yenu nenkonzo yetabernakele lonke; kepha bangasondeli ezitsheni zendlu engcwele nase-altare, funa bafe, nani.
Lapho u-Aroni namadodana akhe sebeqedile ukumboza indlu engcwele nazo zonke izinto zendlu engcwele lapho ikamu kumelwe lisuke; emva kwalokho amadodana kaKohati ayakufika ukulithwala; kodwa akumelwe bathinte lutho olungcwele, funa bafe. Lezi zinto zingumthwalo wamadodana kaKohati etendeni lokuhlangana.
Kodwa yenzani njalo kubo, ukuze baphile, bangafi, ekusondeleni kwabo ezintweni ezingcwelengcwele: uAroni lamadodana akhe bazangena, babamise, kube yilowo lalowo emsebenzini wakhe lomthwalo wakhe.
Kwavulwa ithempeli likaNkulunkulu ezulwini, kwabonakala umphongolo wesivumelwano sakhe ethempelini lakhe, kwaba khona imibani, namazwi, nokuduma, nokuzamazama komhlaba, nesichotho esikhulu.
Wabulala abantu baseBeti Shemeshi, ngokuba babebheke emphongolweni kaJehova, yebo, wabulala abantu abangamashumi ayisithupha nanhlanu; isibhicongo.