Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba liwela iJordani liye elizweni leKhanani;
UNumeri 35:9 - Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: |
Tshono ebantwaneni bakoIsrayeli uthi kibo: Uba liwela iJordani liye elizweni leKhanani;
Imizi eniyobanika yona kumelwe ivele efeni labantwana bakwa-Israyeli; Abanokuningi bapheni okuningi; kodwa kwabanokuncane, kufanele niphe okuncane; yilowo nalowo emizini yakhe kumelwe anike amaLevi ngokwefa laso elizuzwa njengefa.
“Uma uJehova uNkulunkulu wakho echitha izizwe ezizweni lazo uJehova uNkulunkulu wakho akunika zona, nizilandele, nihlale emizini yazo nasezindlini zazo;
Nansi indaba yombulali obalekela khona ukuba aphile: obulala umakhelwane wakhe engazi, ebengamzondi ngaphambili;