Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UDuteronomi 19:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 “Uma uJehova uNkulunkulu wakho echitha izizwe ezizweni lazo uJehova uNkulunkulu wakho akunika zona, nizilandele, nihlale emizini yazo nasezindlini zazo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 “Lapho uJehova uNkulunkulu wakho eyakunquma izizwe ezizwe lazo uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, bese wuzixosha, wakhe emizini yazo nasezindlini zazo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

1 “Kuyothi lapho uSimakade uNkulunkulu wakho esezishabalalisile izizwe ezizwe lazo uSimakade uNkulunkulu wakho akunika lona, wena uzixoshe, bese uhlala emizini yazo nasezindlini zazo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UDuteronomi 19:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma umuntu engaboni, kepha uNkulunkulu uyamnikela esandleni sakhe; khona-ke ngizakutshengisa indawo lapho azabalekela khona.


Niyakumisela imizi eyakuba yimizi ekhululekile kini; ukuze umbulali abalekele khona, obulale umuntu engazi.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Lezi ziyizimiso nezahlulelo eniyakuzigcina ukuba nizenze ezweni uJehova uNkulunkulu wawoyihlo akunika lona ukuba ulidle zonke izinsuku zokuphila kwenu emhlabeni.


Lapho uJehova uNkulunkulu wakho echitha izizwe phambi kwakho, lapho uya khona ukuzidla, wena uzilandele, uhlale ezweni lazo;


Uma ungena ezweni uJehova uNkulunkulu wakho akunika lona, ulidle, uhlale kulo, uthi: ‘Ngiyakumisa inkosi phezu kwami njengezizwe zonke ezingihaqileyo;


Kuyakuthi lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni alifungela oyihlo, ku-Abrahama, no-Isaka, noJakobe, ukukunika imizi emikhulu nemihle ongayakhanga,


nezindlu ezigcwele zonke izinto ezinhle ongazigcwalisanga, nemithombo eningayimbanga, izivini neminqumo eningayitshalanga; uma udla usuthe;


UJehova wakhuluma kuJoshuwa, wathi:


Nganinika izwe eningalisebenzelanga, nemizi eningayakhanga, nahlala kuyo; izivini neminqumo eningayitshalanga niyadla.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka